KUNGENZEKA ukuthi isihlabani sikamabonakude iReality, uVuyokazi Nciweni, ulume kakhulu kunalokho ebesingakuhlafuna ngemuva kokushada kungakapheli sikhathi esingakanani ehlukene noMpumelelo Msekelu onguyise
Ngenxa yesidingo, Umculi uChris Brown wengeze usuku lwesibi ekhonsathini yakhe ethi Live in Johannesburg, Breezy in South Africa! Usuku olusha
OwayenguNgqongqoshe wezeMidlalo, ubuCiko namaSiko, uZizi Kodwa, ufake isicelo sokuthi ahoxiswe amacala enkohlakalo abhekene nawo. UKodwa uthi udaba lombuso “lubuthaka”. Lokhu
Ukube akazange acabange ukubheka isitatimende sasebhange kuqala, ngabe uhlukane no-R8 000 uSakhiseni “Skhevane” Mseleku ocula kuBafana BakaMgqumeni. Ngokwemibiko egcwele ezinkundleni
Kuthi akandize umculi laMaskandi, uKhuzani Mpungose njengoba ezohlanganyela esteji nomculi weSoul wase-US, uJeffrey Osborne. Kuvela ukuthi uKhuzani uzovula inkundla kwikhonsathi
“Ngiyazi ukuthi uSenzo umi nawe,” usho kanje uZandie Khumalo-Gumede ebhekise kudadewabo, uKelly. UZandie Khumalo-Gumede ukhombise ukweseka uKelly Khumalo ngemuva kokuvela
Ngasekuqaleni kweminyaka yawo-2000 uPhuzekhemisi wazithola esenxapha nowayenguNdunankulu waseKZN ngaleso sikhathi, uLionel Mtshali, ngesikhathi ekhipha ingoma yakhe esihloko sithi, Amakhansela, nayo
Ayibaphathanga kahle inyanga yabesifazane abathandi bezikaqedisizungu kuleli kulandela ukudlula emhlabeni kwezingqungqulu ezine esikhathini esingaphansi kwenyanga. Abesifazane abasendimeni kaqedisizungu abazange balithole
Usengomunye wabaculi abaphambili kuMaskandi kanti wephule nerekhodi leminyakanyaka kulo mculo – lowo uGatsheni, igagu lasoPhongolo. Kuleli viki uGatsheni uveze ukuthi
Umdidiyeli wamafilimu wodumo uDuma ka Ndlovu usebe ngomunye wabantu ababekwe icala lokweqa intela, njengoba esolwa ngokweqa intela elinganiselwa ku-R25-million. UNdlovu
Kuchwaze izinkundla zokuxhumana ngesikhathi kuqhubeka umdlalo kamabonakude iQueendom edlala kuBet 129. Lomdlalo owuchungechunge kwaphela isigaba sokuqala sawo abalandeli bawo bengalindele
Awekho amathemba okubuya kwesigaba sesibili somdlalo kamabonakude iQueen Modjadji, Lolu hlelo bekulindeleke ukuthi lubalwe nezinye zezinhlelo ezihamba phambili kumabonakude alubanga
Uthi usesabela impilo yakhe kanye nabantwana bakhe uGcina Mkhize owaziwa kakhulu ngendawo ka Mam’Khanyi emdlalweni owuchungechunge Isibaya. Lokhu kuvele ngesikhathhi
Abaphelanga moya abathandi bomculo ka Makhandzi kuhlehliswa uhlelo oluqhopha impilo yakhe ngesikhathi yenzeka (Reality show) luhlehliselwa ukuphela kwenyanga ngenxa yezixakaxaka
Impilo ibaphethe kahle, amabhizinisi ahamba kahle kodwa basafuna amanye amathuba kwezezimali kanye nakwezothando. Abesilisa abayisithupha (6) base Port Shepstone abaziwa
UMpho “Popps” Modikoane uyalazisa ithuba lesibili alinikwe noLatoya – osengunkosikazi wakhe – nendodakazi yabo u-Imani. Lo somahlaya uvulele iSowetan isifuba
Uthi uthole ukuphefumula umndeni ka “Nota” Baloyi ngemuva kokuthola ibheyili ka-R5 000. Lemenenja yamaciko ivele eNkantolo yeMantshi yaseRandburg mayelana necala lokudlwengula
Konke sekumi ngomumo ngohlelo lokubhalwa kwezivivinyo zokugcina zikamatikuletsheni zika-2024. ICouncil for Quality Assurance in General and Further Education and Training
Ushonile umculi wowokholo, uSolomon Molokoane, odume ngelikaSolly Moholo. Izindaba zokushona kukaMoholo zimenyezelwe ngabaphathi bakhe ngoLwesithathu ngesitatimende. “Kubuhlungu kakhulu ukunazisa egameni