AbaculiEzintshaIzinhlelo

Abaphelanga moya kuhlehla olwempilo kaMakhazi

Abaphelanga moya abathandi bomculo ka Makhandzi kuhlehliswa uhlelo oluqhopha impilo yakhe ngesikhathi yenzeka (Reality show) luhlehliselwa ukuphela kwenyanga ngenxa yezixakaxaka zeTechnology. Lomculi ongowokuzalwa eLimpopo uthole ithuba eliyigqayizivele lokukhombisa ngempilo yakhe kumabonakude ngaphansi kuka Bet Africa channel 129.

Makhazi ubhale ezinkundleni zokuxhumana exolisa ngokuhlehla kwaloluhlelo lakhe kodwa wathi okumjabulisa kakhulu ukuthi abadidiyeli baloluhlelo bavumile ukukhombisa ukusuka nokuhlala kwempilo yakhe ngale kokufihla okuthize.

Loluhlelo olubizwa nge #MakhadziHomeComing kulindeleke ukuthi luqale ekupheleni kwenyanga kaMandulo (September). Yize lolu hlelo luhlehlisiwe,abalandeli nabathandi bakaMakhadzi